SAMA nominees, Blaq Diamond serenade us with a new and unique song titled Ibhanoyi. The song is about two young men who are in love and work hard to provide for their partners.
Follow Blaq Diamond: @Blaqdiamond150 across all social media platforms.
Blaq Diamond - IBhanoyi (Lyrics)
[Intro] Oh indizamshini Aw ng’zok’thengela Aw ng’zok’thengela ibhanoyi Aw ng’zok’thengela ibhanoyi Waa ah...
[Chorus] Aw ng’zok’thengela ibhanoyi (My Love)x2 Aw ng’zok’thengela ibhanoyi (My Love)x2
[Verse1- Ndu] Aw noma bengathini keh! wena ungowami keh! Nabaphasi sebevumile Aw ngithi sekulotshiwe
Ikhanda l’vele l’dume Um’ungekho eduze i-smile sami saziwa nguwe We-sweetati my Lavie weh
Aw sebezamile baningi bethi sohlukana kodwa lento ayenzeki Aw bathi u-babe ungidlisile kanti abazi ukuthi mina ngisemathandweni